I-MAHINDRA South Africa isithathe elinye igxathu ekuzinzeni eNingizimu Afrika ngokusayina isivumelwano sokusebenzisana phakathi kwayo ne-Industrial Development Corporation ...
Uzokhumbula ukuthi eminyakeni edlule intandokazi yemoto kwaBMW kwakuyi-3 Series kodwa ngo-2023 izinto zijikile sekuba yi-X3.
UKUSHONA kukaMampintsha (Mandla Maphumulo) kulandela ukugula ngoDisemba, eminyakeni emithathu edlule, kwashiya ilungu le-Big NUZ, uDanger, lisele lodwa eqenjini. ...
IMBONI ekhiqiza izimoto eNingizimu Afrika iklama indima ebalulekile emnothweni wakuleli njengoba kungena imali enhle ngayo kwazise eziningi zidayiswa ngaphandle ...
IMOTO: LAND ROVER DEFENDERPHAMBILINI iLand Rover Defender bekwaziwa ukuthi yisiqwalantaba okwaziyo ukuthi ngeke nakancane uze ulale entabeni ngenxa yokuthi kukhona ...
UDJ Sbu ukhuphe imbalelwano ethi uyayishiya iRadio 2000 Umfanekiso: InstagramUmsasazi wenkqubo yakusasa phakathi evekeni kwiRadio 2000, uDJ Sbu wazise ngokwahlukana ...
UKUSHUNWA kwezimoto yinto abantu abayikhonzile ukuze zehluke esixukwini, zingabukeki ngendlela eyejwayelekile.
Umsakazi wohlelo lwasekuseni phakathi nesonto kwiRadio 2000, uDJ Sbu, usememezele ukuthi usesulile kulesi siteshi.
ABATHANDI bomculo wezintokazi ezintathu uBoohle, Thee Buhle, noBontle Smith bazothola ithuba lokwazi kabanzi ngazo ohlelweni olusha i-
UMNIKAZI wenkampani yokuqopha umculo i-Afrotainment, uDJ Tira, uthi kubalulekile ukuthi bangasali emculweni othandwa ngabantu ngaleso sikhathi, bangabambeleli kwi-gqom. ...
ISILOMO somculi uKelly Khumalo nengwazi ye-kwaito u-Arthur Mafokate basuse ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ngezithombe zabo bendawonye.
I-SOUTH African Broadcasting Corporation (SABC) isimemezele ukuthi iqashe uMnuz Lungile Binza njengeChief Operations Officer (COO) entsha kusuka ngoMashi 1.
USEPHINDE waba undabamlonyeni uzime uChidimma Adetshina kulandela ukuboshwa kukanina ngempelasonto ngezinsolo zokuba kuleli ngokungemthetho. UChidimma waqala ukugqama ...
Bafuna uhehe nabantu abaqhamuka kwezinye izindawo umcimbi i-Jazz at the Berg ozobuya ihlandla lesine eWinterton ngoMashi 29.
UMAKADEBONA womsakazi uThabo "TBose" Mokwele, uzohlala phansi nezilomo ngenhloso yokuthi zigonyuluke ngalokho esezidlule kukho ohlelweni olusha i-
I-VOLKSWAGEN Group Africa yedlale obala izinhlelo zayo zika-2025 kepha isajeqeza emuva ukubheka ukuthi izinto zihambe kanjani kuyo.
Ukuhlangana nabantu bethi bakhula belalela umculo wakhe kukhumbuze isihlabani sowokholo uHlengiwe Mhlaba ukuthi sihlanganisa iminyaka engu-20 sangena endimeni.
KUZOBUNGAZWA amaciko agqamise isifunda uThukela emiklomelweni yokuqala ngqa ezobanjwa kulesi sifunda ngoLwesihlanu.
KUYASUKA lokho ngezinguquko ezinhlelweni zeziteshi zomsakazo ezingaphansi kwe-SABC nakwiGagasi FM okuyinto okubhekwe ukuthi izoqala ukuzwakala emoyeni kusuka ngo-Ephreli ...
UMETHULI wezinhlelo zethelevishini wasePort Shepstone, uNomalanga Shozi, uthi njengoba esephakathi kwi-SABC, ubheka amanye amathuba okundlondlobala khona.
LUBUYA nesizini entsha kusasa uhlelo lapho abapheki kumele baveze khona ikhono lokushaya izibiliboco i-
Ziyasondela izinsuku zokwethulwa kweMU-X ethuthukisiwe njengoba i-Isuzu Motors South Afrika isikuqinisekisile ukuthi sekukhona alethiwe kuleli.
UMKHOKHA: THE CURSENgo-8. 30 ebusuku kuMzansi MagicEKUGCINENI uGabisile uyazikhulula ezimfihlweni. AbakwaMthembu bashaqwa yimiphumela yokuhlolwa kwesidumbu futhi ...
IMOTO: JETOUR DASHINGIZIGI zezinkampani zaseChina zizwakala umhlaba wonke futhi nalapha eNingizimu Afrika asisele ngaphandle ngoba siyazizwa. Enye yezinkampani ezintsha ...
PHAKATHI nesonto umbhobho usala phansi kunalokho uphatha ushoki ame phambi kwabafundi umsakazi weGagasi FM, uMthokozisi “Mkay Music” Mbele. Useqalile ukufundisa ...