Umengameli waseZimbabwe u-Emmerson Mnangagwa uhlangane noMaxwell Chikumbutso oqhamuke nobuchwepheshe obusebenzisa amagagasi omoya (radio frequency) buphenduke umlilo ...
KUBUKEKA kuzophela ukuphefumula obekutholwa ngabashayeli ngokwehla kwentengo kaphethroli ngasekupheleni konyaka odlule, njengoba izinkomba ziveza ukuthi izokwenyuka ...
USihlalo womncintiswano i-2025 South African Car of the Year (Coty) uThami Masemola uthe ukwamukela amajaji amasha alo mncintiswano kusiza ngokuthekelana ngolwazi ...
IGCINE ifikile emakethe enye yezimoto ebezibhekwe ngabomvu ukuthi zizofika eNingizimu Afrika kulo nyaka iMitsubishi Triton.
UKUDUNWA kwezimoto kuyaqhubeka nokuba yinto ekhathaza abashayeli abaningi eNingizimu Afrika njengoba kwebiwa ezilinganiselwa ku-60 ngosuku, ngokwezibalo zeSouth ...
IMOTO: MERCEDES-BENZ V-CLASSNJENGOBA sekubalwa amasonto ngaphambi kokuthi kube wuDisemba, lapho abantu abaningi bazobe bengena indlela, kwaMercedes-Benz bethule ...
NGESONTO eledlule, kuke kwashoda uphethroli kwamanye amagaraji eKapa, ngemuva kokuphazamiseka kwendawo ohluzwa kuyo eMilnerton.
Baya ngokwanda abantu abathenga amasekeni ezimoto ezincane ama-hatchback, ngokusho kocwaningo olwenziwe yi-AutoTrader.
IZIMOTO eziphayisa amalambu aluhlaza ziyingozi kubasebenzisa umgwaqo njengoba abashayeli bezithwala osopolitiki, bephatha abanye abantu ngendluzula, ngokusho kwe-Automobile ...
ISIKHWAMA esisiza osomabhizinisi abasemkhakheni wezimoto ngamali i-Automotive Industry Transformation Fund (AITF) sivule izandla ukuthi bafake izicelo zemali njengoba ...
ABANTU abaningi uma bethenga imoto babheka kuphela ukuthi malini nokuthi ingakanani abazoyikhokhela yona ngenyanga bakhohlwe ngezindleko ezihambisana nokuba nemoto. ...
KUBE yinjabulo yodwa ethimbeni leVolkswagen Motorsport ngemuva kokuthi umshayeli, walo uJonathan Mogotsi, ehlabane ngesicoco se-2024 South African Touring Cars (Satc) ...
KUZOBE kuduma umsindo wezinqawe kunuka nethayi emncintiswaneni iZwartkops Top of the Hill Challenge enkundleni yezimoto zomjaho iZwartkops, ePitoli, ngoMgqibelo, ...
ZIQALILE ukudayisa izimoto zenkampani yaseChina, iJetour obese kunesikhathi kubikezelwa ukuthi zisendleleni.
ISIMO somnotho esingesihle sesenze ukuthi sithwale kanzima isigaba sezimoto ezintsha kulezi zinyanga ezingu-12 ezedlule, ngokuveza kocwaningo lweWesBank.
U-Agasti ugujwa njengenyanga yabantu besifazane futhi ziningi izindlela abathuthukiswa ngayo.
Uqalile ukudayiswa umakhonya wamaSUV akwaVolkswagen iTouareg ethuthukiswe ngezinto ezehlukene.
Kwa-Isuzu Motors South Africa bagubha iminyaka engu-45 kuleli ngokwethula iveni iD-Max 45 yekhethelo.
Ngemuva kweminyaka emibili yavela okokuqala iMercedes-AMG C 63 S E Performance emhlabeni jikelele, isigcine yethuliwe eNingizimu Afrika.
KUJWAYELEKILE ukuthi amabhange agcine ngokudla izimoto zamakhasimende ngenxa yokwehluleka wukukhokha.
INKAMPANI yezimoto yaseChina iJAC Motors igubha iminyaka eyisikhombisa eNingizimu Afrika ngokuzibophezela ekudlondlobaleni kuleli.
IQALE ukudayisa izimoto zayo eNingizimu Afrika ngeveni iT60 inkampani yaseChina iLDV ememezele ukuthi iyangenisa kuleli ezinyangeni ezimbili ezedlule.
KUZOQALA khona maduze ukwakhiwa kwefemu yenkampani yezimoto iStellantis ezoba seCoega Special Economic Zone (SEZ) eGqeberha, lapho kulindeleke ukuthi kwakhiwe izimoto ...
Ongoti bathi izindleko azigcini kuphela ngemali oyikhokha ngenyanga kepha kukhona nezinye.
KUJWAYELEKILE ukuthi umbuzo wokuqala ovela ebantwini uma bebona imoto abayithandayo kube wukuthi bazoyikhokhela malini ngenyanga?